UGenesise 28:3-4
UGenesise 28:3-4 IBHAYIBHELI ELINGCWELE (ZUL59)
UNkulunkulu uSomandla makakubusise, akuchumise, akwandise, ube yizizwe eziningi, akuphe isibusiso sika-Abrahama, wena nenzalo yakho kanye nawe, udle ifa lezwe lokugogobala kwakho uNkulunkulu amnika lona u-Abrahama.”
Dlulisela
Funda UGenesise 28UGenesise 28:3-4 Contemporary Zulu Bible 2024 (CZB24)
Futhi uNkulunkulu uSomandla akubusise futhi akwenze uzale futhi akwandise, ukuze ube yisixuku sabantu; Nika wena isibusiso sika-Abrahama, wena nenzalo yakho kanye nawe; ukuze udle ifa lezwe ongowezizwe kulo, uNkulunkulu alinika u-Abrahama.
Dlulisela
Funda UGenesise 28UGenesise 28:3-4 IsiZulu 2020 (ZUL20)
Sengathi uNkulunkulu uSomandla angakubusisa, akwandise kakhulu, ukuze kuvele kuwe izizwe eziningi. Sengathi uNkulunkulu anganika wena, nezizukulwane zakho isibusiso sika-Abhrahama, ukuze ulidle leli lizwe ohlezi kulo manje njengomfokazi; izwe uNkulunkulu alinika u-Abhrahama.”
Dlulisela
Funda UGenesise 28