UGenesise 27:36
UGenesise 27:36 IsiZulu 2020 (ZUL20)
U-Esawu wathi: “Akubanga yiphutha ukuba aqanjwe ngokuthi nguJakobe, ngokuba sekuze kwaba kabili engiqola. Wangephuca ilungelo lami lobuzibulo. Bheka manje usengithathele nesibusiso sami.” Wayesethi kuyise: “Akusekho ngisho nesisodwa nje isibusiso ongibekele sona na?”
Dlulisela
Funda UGenesise 27