UGenesise 18:23-24
UGenesise 18:23-24 IsiZulu 2020 (ZUL20)
U-Abhrahama wasondela kuye wathi: “Ngabe uzoqotha imbokodo nesisekelo yini kwabalungileyo nababi na? Kungenzeka kube khona abalungileyo abangama-50 kulo muzi. Ngabe uzowuqothula wonke umuzi ungawuyeki ngenxa yabalungileyo abangama-50 abakuwo na?
Dlulisela
Funda UGenesise 18UGenesise 18:23-24 IBHAYIBHELI ELINGCWELE (ZUL59)
U-Abrahama wasondela, wathi: “Uyakubhubhisa olungileyo kanye nomubi na? Mhlawumbe kukhona abalungileyo abangamashumi ayisihlanu phakathi komuzi; imbala uyakuyibhubhisa, ungayiyeki indawo ngenxa yabalungileyo abangamashumi ayisihlanu abakuyo na?
Dlulisela
Funda UGenesise 18UGenesise 18:23-24 Contemporary Zulu Bible 2024 (CZB24)
U-Abrahama wasondela, wathi: “Niyakubhubhisa olungileyo kanye nomubi na?” Mhlawumbe kukhona abalungileyo abangamashumi amahlanu emzini; uyakuyichitha indawo, ungahawukeli abalungileyo abangamashumi ayisihlanu abakuyo na?
Dlulisela
Funda UGenesise 18