UGenesise 11:6-7
UGenesise 11:6-7 IsiZulu 2020 (ZUL20)
Wathi: “Bheka, laba bantu basizwe sinye, bakhuluma lulimi lunye. Lokhu kuseyisiqalo nje sezinto abazozenza. Manje sebezokwenza noma yini abazimisele ukuyenza. Wozani sehle, siphambanise ulimi lwabo, khona bezogcina bengasezwani ukuthi omunye uthini komunye.”
Dlulisela
Funda UGenesise 11UGenesise 11:6-7 IBHAYIBHELI ELINGCWELE (ZUL59)
UJehova wathi: “Bheka, bonke basizwe sinye nolimi lunye; yikho abaqala ngakho; manje abayikunqanyulelwa lutho abahlosa ukulwenza. Wozani sehle, siye ukusanganisa ulimi lwabo ukuba bangezwani, kube yilowo nalowo ulimi lomunye.”
Dlulisela
Funda UGenesise 11UGenesise 11:6-7 Contemporary Zulu Bible 2024 (CZB24)
Futhi iNkosi yathi: Bheka, abantu bamunye, futhi bonke banolimi olulodwa; futhi lokhu baqala ukukwenza, futhi manje akukho lutho oluyofihlwa kubo ababecabanga ukukwenza. Ake sehle lapho, siphambanise ulimi lwabo, ukuze bangezwani inkulumo yomunye.
Dlulisela
Funda UGenesise 11