UGenesise 1:14-15
UGenesise 1:14-15 IsiZulu 2020 (ZUL20)
UNkulunkulu wathi: “Makuvele izikhanyisi emkhathini ukuze zehlukanise imini nobusuku, zibe yinkomba yezinkathi neyezinsuku neyeminyaka, zibe yizikhanyisi esibhakabhakeni, zikhanyisele umhlaba.” Kwaba njalo.
Dlulisela
Funda UGenesise 1UGenesise 1:14-15 IBHAYIBHELI ELINGCWELE (ZUL59)
UNkulunkulu wathi: “Makube khona emkhathini wezulu izinkanyiso ezahlukanisa imini nobusuku, zibe yizibonakaliso zezinkathi, nezezinsuku, nezeminyaka, zibe yizinkanyiso emkhathini wezulu zokukhanyisa emhlabeni,” kwaba njalo.
Dlulisela
Funda UGenesise 1UGenesise 1:14-15 Contemporary Zulu Bible 2024 (CZB24)
UNkulunkulu wathi: “Makube khona emkhathini wezulu izinkanyiso zehlukanise imini nobusuku; futhi mazibe izibonakaliso nezinkathi nezinsuku neminyaka. Futhi mabasebenze njengezinkanyiso emkhathini wezulu ukuze zikhanyise emhlabeni; futhi kwenzeka kanje.
Dlulisela
Funda UGenesise 1