KwabaseGalathiya 5:4-6
KwabaseGalathiya 5:4-6 IsiZulu 2020 (ZUL20)
Nahlukene noKhristu nina nonke enifuna ukulungisiswa ngomthetho; niwile emseni. Ngokuba thina, ngaye uMoya, silindele ithemba lokulungisiswa ngokukholwa. KuKhristu ukusoka nokungasoki akusho lutho, kodwa ukukholwa okuvezwa wuthando.
KwabaseGalathiya 5:4-6 Baasraak Zulu New Testament Bible (ZULUNT)
UKristu uye waba yize kini, nina enilungisiswa ngomthetho; niwile emseni. Ngokuba thina ngoMoya silindele ithemba lokulunga ngokukholwa. Ngokuba kuKristu Jesu ukusoka nokungasoki akulutho; kodwa ukholo olusebenza ngothando.
KwabaseGalathiya 5:4-6 IBHAYIBHELI ELINGCWELE (ZUL59)
Nahlukene noKristu nina nonke enifuna ukulungisiswa ngomthetho; niwile emseni. Ngokuba thina ngaye uMoya sihlalela ithemba lokulungisiswa ngokukholwa. Ngokuba kuKristu Jesu akusizi lutho ukusoka nokungasoki, kepha kuphela ukukholwa okusebenza ngothando.
KwabaseGalathiya 5:4-6 Contemporary Zulu Bible 2024 (CZB24)