KwabaseGalathiya 4:6-7
KwabaseGalathiya 4:6-7 Baasraak Zulu New Testament Bible (ZULUNT)
Ngokuba ningamadodana, uNkulunkulu uthumile uMoya weNdodana yakhe ezinhliziyweni zenu omemeza ethi: “Aba, Baba! Ngakho-ke awuseyona inceku, kodwa indodana; uma uyindodana, uyindlalifa kaNkulunkulu ngoKristu.
KwabaseGalathiya 4:6-7 IsiZulu 2020 (ZUL20)
Lokhu ningamadodana, uNkulunkulu uthumele uMoya weNdodana yakhe ezinhliziyweni zethu, omemeza ethi: “Abba, Baba!” Ngakho-ke awusesona isigqila, kodwa indodana; kepha uma uyindodana, uyindlalifa ngaye uNkulunkulu.
KwabaseGalathiya 4:6-7 IBHAYIBHELI ELINGCWELE (ZUL59)
Lokhu ningamadodana, uNkulunkulu uthumile uMoya weNdodana yakhe ezinhliziyweni zenu omemeza ethi: “Aba, Baba!” Njalo-ke awuseyiyo inceku, kepha usuyindodana; kepha uma uyindodana, uyindlalifa futhi ngaye uNkulunkulu.
KwabaseGalathiya 4:6-7 Contemporary Zulu Bible 2024 (CZB24)