U-Eksodusi 6:8-9
U-Eksodusi 6:8-9 IsiZulu 2020 (ZUL20)
Ngiyakuniyisa ezweni engafunga ukulinika u-Abhrahama, u-Isaka, noJakobe; ngiyakuninika lona libe yifa lenu. NginguSimakade.’ ” UMose wakhuluma kanjalo kubantu bakwa-Israyeli, kodwa abazange bamlalele, ngenxa yezinhliziyo ezincane nokusebenza kanzima.
U-Eksodusi 6:8-9 IBHAYIBHELI ELINGCWELE (ZUL59)
Ngiyakuningenisa ezweni engaphakamisa isandla sami ngalo ukulinika u-Abrahama, no-Isaka, noJakobe; ngiyakunipha lona libe yifa; nginguJehova.’ ” UMose wakhuluma-ke kanjalo kubo abantwana bakwa-Israyeli; kepha abamlalelanga uMose ngenxa yenhliziyo encane nemisebenzi esindayo.
U-Eksodusi 6:8-9 Contemporary Zulu Bible 2024 (CZB24)
Ngiyakuningenisa ezweni engaphakamisa isandla sami ngalo ukulinika u-Abrahama, no-Isaka, noJakobe; ngiyakuninika lona libe yifa; nginguJehova. UMose wakhuluma kanje kubantwana bakwa-Israyeli, kepha abamlalelanga uMose ngenxa yobuhlungu bomoya nangenxa yobugqila obunzima.