U-Eksodusi 23:4-5
U-Eksodusi 23:4-5 IsiZulu 2020 (ZUL20)
“Uma ufumana inkabi yesitha sakho noma imbongolo yaso iduka, yibuyisele kuso. Uma ubona imbongolo yalowo okuzondayo ipatalele phansi komthwalo, uyoyeka yini ukuyikhulula? Yelekelele ukuze ikhululeke.
Dlulisela
Funda U-Eksodusi 23U-Eksodusi 23:4-5 Contemporary Zulu Bible 2024 (CZB24)
Uma uthola inkabi yesitha sakho noma imbongolo yaso izulazula, woyibuyisela nokuyibuyisela kuso; Uma ubona imbongolo yenzondo yakho ilele phansi komthwalo wayo futhi ungafuni ukuyisiza, kumelwe uyisize ngempela.
Dlulisela
Funda U-Eksodusi 23U-Eksodusi 23:4-5 IBHAYIBHELI ELINGCWELE (ZUL59)
“Uma ufumana inkabi yesitha sakho noma imbongolo yaso iduka, woyibuyisela nokuyibuyisela kuso. Uma ubona imbongolo yalowo okuzondayo ilele phansi komthwalo wayo, wena-ke bese wukhetha ukuyiyeka, woyikhumula nokuyikhumula ninaye.
Dlulisela
Funda U-Eksodusi 23