U-Eksodusi 19:5-6
U-Eksodusi 19:5-6 IsiZulu 2020 (ZUL20)
Ngakho-ke uma nililalela ngokucophelela izwi lami, nigcine isivumelwano sami, niyokuba yisabelo sami esiligugu phakathi kwazo zonke izizwe, ngokuba umhlaba wonke ungowami. Niyakuba ngumbuso wabaphristi kimi, nesizwe esingcwele. Yilawo mazwi oyokuwakhuluma kubantu bakwa-Israyeli.’ ”
U-Eksodusi 19:5-6 IBHAYIBHELI ELINGCWELE (ZUL59)
Kalokhu uma nilalela nokulalela izwi lami, nigcine isivumelwano sami, niyakuba yigugu kimi kunazo zonke izizwe, ngokuba umhlaba wonke ungowami, nibe ngumbuso wabapristi kimi, nesizwe esingcwele. Yilawo mazwi ozakuwakhuluma kubantwana bakwa-Israyeli.’ ”
U-Eksodusi 19:5-6 Contemporary Zulu Bible 2024 (CZB24)
Uma manje nilalela ngempela izwi lami futhi nigcina isivumelwano sami, niyoba ingcebo yempahla yami ngaphezu kwabantu bonke, ngoba umhlaba wonke ungowami. Niyakuba ngumbuso wabapristi kimi nesizwe esingcwele. Lawa ngamazwi okumelwe uwakhulume kubantwana bakwa-Israyeli.