I-Logo ye-YouVersion
IBhayibheliAmapulaniAmavidiyo
Thola i App
Okukhetha Ulimi
Isici soku Sesha

U-Eksodusi 17:5-6

U-Eksodusi 17:5-6 IsiZulu 2020 (ZUL20)

USimakade wathi kuMose: “Hamba phambi kwabantu, uthathe amanye amalunga akwa-Israyeli, nenduku yakho owashaya ngayo umfula, yiphathe ngesandla sakho, uhambe. Ngizobe ngimi phambi kwakho laphaya edwaleni eHorebhe. Uyakulishaya idwala kuphume amanzi kulo, ukuze abantu baphuze.” UMose wenza kanjalo ebuka amalunga akwa-Israyeli.

Dlulisela
Funda U-Eksodusi 17

U-Eksodusi 17:5-6 IBHAYIBHELI ELINGCWELE (ZUL59)

UJehova wathi kuMose: “Dlulela phambi kwabantu, uthathe amalunga akwa-Israyeli; nenduku yakho owashaya ngayo umfula, yiphathe ngesandla sakho, uhambe. Bheka, ngiyakuma phambi kwakho edwaleni laseHorebe; uzakushaya itshe, kuphume amanzi kulo, abantu baphuze.” Wenze njalo uMose emehlweni amalunga akwa-Israyeli.

Dlulisela
Funda U-Eksodusi 17

U-Eksodusi 17:5-6 Contemporary Zulu Bible 2024 (CZB24)

UJehova wayesethi kuMose: “Phuma phambi kwabantu, uthathe amalunga akwa-Israyeli nawe; nentonga yakho owashaya ngayo umfula, yiphathe esandleni sakho, uhambe. Bheka, ngiyakuma lapho phambi kwakho edwaleni laseHorebe; uyakushaya idwala, kuphume amanzi kulo, abantu baphuze. Wenze njalo uMose emehlweni amalunga akwa-Israyeli.

Dlulisela
Funda U-Eksodusi 17
I-YouVersion'

Ukukukhuthaza nokukubekela inselelo yokufuna ubudlelwano noNkulunkulu nsuku zonke.

Inkonzo

Mayelana

Imisebenzi

Volontiya

I-Blogi

Abezindaba

Izixhumanisi Eziwusizo

Usizo

Nikela

Izinguqulo zeBhayibheli

AmaBhayibheli Alalelwayo

Izilwimi zeBhayibheli

Ivesi losuku


Inkonzo yedijithali ye

Life.Church
English (US)

©2025 I-Life.Church / YouVersion

Inqubomgomo yobumfihloImibandela
Uhlelo Lokudalula Ubungozi
U-FacebookU-TwitterI-InstagramI-YouTubeI-Pinterest

Ikhaya

IBhayibheli

Amapulani

Amavidiyo