U-Eksodusi 15:20-21
U-Eksodusi 15:20-21 IsiZulu 2020 (ZUL20)
Kwase kusuka uMiriyamu umphrofethikazi, udadewabo ka-Aroni, wathatha ithamborini ngesandla sakhe; waphuma nabo bonke abesifazane emva kwakhe, bephethe amathamborini, besina. UMiriyamu wahlabelela wathi: “Hlabelelelani uSimakade, ngokuba uphakeme kakhulu, ihhashi nomgibeli walo ukuphonse olwandle.”
U-Eksodusi 15:20-21 IBHAYIBHELI ELINGCWELE (ZUL59)
UMiriyamu umprofethikazi, udadewabo ka-Aroni, waphatha isigubhu ngesandla sakhe; bonke abesifazane baphuma emva kwakhe bephethe izigubhu, besina. UMiriyamu wabaphendula ngokuthi: “Hlabelelani kuJehova, ngokuba uphakeme kakhulu; ihhashi nenkweli yalo ukuphonse elwandle.”
U-Eksodusi 15:20-21 Contemporary Zulu Bible 2024 (CZB24)
UMiriyamu umprofethikazi, udadewabo ka-Aroni, waphatha isigubhu ngesandla sakhe; bonke abesifazane baphuma bamlandela bephethe izigubhu nokusina. UMiriyamu wawaphendula wathi: Hlabelelani inkazimulo yeNkosi, ngoba iphakeme kakhulu; ihhashi nomgibeli walo wakuphonsa olwandle.