Kwabase-Efesu 4:29-30
Kwabase-Efesu 4:29-30 Baasraak Zulu New Testament Bible (ZULUNT)
Makungaphumi nkulumo eyonakele emlonyeni wenu, kodwa kube kuhle kube kuhle kube nokwakhayo, ukuze kube umusa kwabezwayo. Ningamdabukisi uMoya oNgcwele kaNkulunkulu enabekwa uphawu ngaye kuze kube lusuku lokuhlengwa.
Kwabase-Efesu 4:29-30 IsiZulu 2020 (ZUL20)
Makungaphumi emlonyeni wenu nalinye izwi elibolileyo, kodwa kube ngelilungele ukwakha njengokuba kudingeka, ukuze libaphe umusa abezwayo. Ningamdabukisi uMoya oNgcwele kaNkulunkulu enabekwa uphawu ngaye kuze kube wusuku lokuhlengwa.
Kwabase-Efesu 4:29-30 IBHAYIBHELI ELINGCWELE (ZUL59)
Makungaphumi emlonyeni wenu nalinye izwi elibolileyo, kodwa kube ngelilungele ukwakha njengokuswelekileyo, ukuze libavezele umusa abezwayo. Ningamdabukisi uMoya oNgcwele kaNkulunkulu enabekwa uphawu ngaye kuze kube lusuku lokuhlengwa.
Kwabase-Efesu 4:29-30 Contemporary Zulu Bible 2024 (CZB24)