Kwabase-Efesu 4:15-16
Kwabase-Efesu 4:15-16 Baasraak Zulu New Testament Bible (ZULUNT)
Kodwa sikhuluma iqiniso othandweni, sikhulele kuye ezintweni zonke, oyinhloko, uKristu; okuvela kuye ukuthi umzimba wonke uhlanganiswe ngokufaneleyo, ubumbane, ngalokho okunikezwa yilelo nalelolunga, ngokokusebenza esilinganisweni sazo zonke izitho, ukhulisa umzimba kuze kuzakheka othandweni.
Kwabase-Efesu 4:15-16 IsiZulu 2020 (ZUL20)
Kepha sithi sibambelele eqinisweni ngothando, sikhule ngakho konke kuKhristu, oyinhloko, okungaye umzimba wonke uhlanganisiwe, ubambene ngokwelekelelana kwamalungu onke awo, ngokusebenza okulinganiselwe yilelo nalelo lungu, ukuba kukhuliswe umzimba, ube yisakhiwo othandweni.
Kwabase-Efesu 4:15-16 IBHAYIBHELI ELINGCWELE (ZUL59)
kodwa sithi sikhuluma iqiniso ngothando, sikhulele ngakho konke kuye oyinhloko, uKristu, okungaye umzimba wonke uhlanganisiwe, ubambene ngokwelekelelana kwamalungu onke awo njengokusebenza okulinganiselwe yilelo nalelo lungu, kukhuliswe umzimba, ube yisakhiwo othandweni.
Kwabase-Efesu 4:15-16 Contemporary Zulu Bible 2024 (CZB24)