UmShumayeli 8:17
UmShumayeli 8:17 IsiZulu 2020 (ZUL20)
ngabona yonke imisebenzi kaNkulunkulu ukuthi umuntu ngeke ayiqonde yonke imisebenzi eyenzeka phansi komthunzi welanga. Noma umuntu angazihlupha kangakanani eyifunisisa, ngeke ayithole, noma ohlakaniphile angathi uyazi, ngeke ayifumane.
Dlulisela
Funda UmShumayeli 8UmShumayeli 8:17 IBHAYIBHELI ELINGCWELE (ZUL59)
ngase ngiqonda wonke umsebenzi kaNkulunkulu ukuthi umuntu akanakuwubamba umsebenzi owenziwa phansi kwelanga, ngokuba noma umuntu eshikashikeka kangakanani ukuwuhlola, angewuthole, yebo, nakuba ohlakaniphileyo ecabanga ukuthi uyawazi, akanakuwuthola.
Dlulisela
Funda UmShumayeli 8