UmShumayeli 7:20-22
UmShumayeli 7:20-22 IsiZulu 2020 (ZUL20)
Impela emhlabeni akekho umuntu owenza okulungile kodwa, ongoni ngalutho. Ungayibeki inhliziyo yakho kukho konke okushiwo ngabantu, funa uzwe inceku yakho ikuqalekisa. Inhliziyo yakho iyazi ukuthi nawe uhlale ubaqalekisa abanye.
Dlulisela
Funda UmShumayeli 7UmShumayeli 7:20-22 IBHAYIBHELI ELINGCWELE (ZUL59)
Ngokuba akukho muntu emhlabeni olungileyo kangaka ukuba enze okuhle, angoni. Ungabeki inhliziyo yakho emazwini onke akhulunywayo, funa uzwe inceku yakho ikuthuka, ngokuba kaninginingi inhliziyo yakho iyazi ukuba nawe ubathukile abanye.
Dlulisela
Funda UmShumayeli 7