UmShumayeli 7:1-2
UmShumayeli 7:1-2 IsiZulu 2020 (ZUL20)
Igama elihle lingcono kunamakha anuka kamnandi, nosuku lokufa lungcono kunolokuzalwa. Kungcono ukuya endlini yabalilayo, kunokuya endlini lapho kunedili khona, ngokuba lokho kuyisiphetho sabo bonke, abaphilayo mabakugcine lokhu enhliziyweni.
Dlulisela
Funda UmShumayeli 7UmShumayeli 7:1-2 IBHAYIBHELI ELINGCWELE (ZUL59)
Igama elihle lingcono kunamafutha amahle, nosuku lokufa lungcono kunosuku lokuzalwa. Kungcono ukuya endlini yokulila kunokuya endlini yedili, ngokuba lokho kungukuphela kwabantu bonke; nophilayo makakubeke enhliziyweni yakhe.
Dlulisela
Funda UmShumayeli 7UmShumayeli 7:1-2 Contemporary Zulu Bible 2024 (CZB24)
Igama elihle lingcono kunamafutha amahle; nosuku lokufa njengosuku lokuzalwa komuntu. Kungcono ukuya endlini yokulila kunokuya endlini yedili; ngokuba lokhu kungukuphela kwabantu bonke; ophilayo uyakukubeka enhliziyweni yakhe.
Dlulisela
Funda UmShumayeli 7