UmShumayeli 12:1-2
UmShumayeli 12:1-2 IsiZulu 2020 (ZUL20)
Khumbula uMdali wakho ezinsukwini zobusha bakho, zingakafiki izinsuku ezimbi, neminyaka ingakasondeli oyothi ngayo: “Angithokozi.” Mkhumbule Yena ilanga nokukhanya, nenyanga nezinkanyezi kungakafiphali, lingakahlomi futhi emuva kwemvula.
Dlulisela
Funda UmShumayeli 12UmShumayeli 12:1-2 IBHAYIBHELI ELINGCWELE (ZUL59)
Futhi khumbula uMdali wakho emihleni yobusha bakho, zingakafiki izinsuku ezimbi, ingakasondeli iminyaka osho ngayo ukuthi: “Angithokozi ngayo;” yebo, lingakabi mnyama ilanga, nokukhanya, nenyanga, nezinkanyezi, namafu engakabuyi emva kwemvula
Dlulisela
Funda UmShumayeli 12UmShumayeli 12:1-2 Contemporary Zulu Bible 2024 (CZB24)
Cabanga ngoMdali wakho emihleni yobusha bakho, zingakafiki izinsuku ezimbi, ingasondeli iminyaka, uma uthi: Angithokozi ngayo; Nakuba ilanga noma ukukhanya noma inyanga noma izinkanyezi akufiphazwa, namafu awabuyi ngemva kwemvula.
Dlulisela
Funda UmShumayeli 12