UDuteronomi 8:3
UDuteronomi 8:3 IsiZulu 2020 (ZUL20)
Wakuthobisa, wakulambisa, wakupha ukuba udle imana obungayazi, nababengayazi ngisho okhokho bakho ukuze akwenze wazi ukuthi umuntu akaphili ngesinkwa sodwa, kodwa ngakho konke okushiwo nguSimakade; yilokho umuntu aphila ngakho.
Dlulisela
Funda UDuteronomi 8