UDuteronomi 8:12-14
UDuteronomi 8:12-14 Contemporary Zulu Bible 2024 (CZB24)
Bhekani, nxa senidlile, nasutha, nakha izindlu ezinhle, nihlale kuzo; Uma izinkomo zakho nezimvu zakho zanda, isiliva lakho negolide lakho kwanda, nakho konke onakho kwanda; Khona inhliziyo yakho iziphakamisile, ukhohlwe uJehova uNkulunkulu wakho owakukhipha ezweni laseGibithe, endlini yobugqila
UDuteronomi 8:12-14 IsiZulu 2020 (ZUL20)
Funa lapho usudlile wasutha, nalapho usuwakhile izindlu ezinhle, wahlala kuzo, izinkomo zakho nezimvu zakho sekwandile, isiliva negolide lakho sekukuningi, sekwandile konke onakho, bese inhliziyo yakho iqhosha, umkhohlwe uSimakade uNkulunkulu wakho owakukhipha eGibhithe, indlu yobugqila
UDuteronomi 8:12-14 IBHAYIBHELI ELINGCWELE (ZUL59)
funa lapho usudlile wasutha, nalapho usuwakhile izindlu ezinhle, wahlala kuzo, kwandile izinkomo zakho nezimvu zakho, kwandile nesiliva lakho negolide lakho, kwandile konke onakho, inhliziyo yakho bese yiphakama, ukhohlwe uJehova uNkulunkulu wakho owakukhipha ezweni laseGibithe, indlu yobugqila