KwabaseKolose 4:12-13
KwabaseKolose 4:12-13 IBHAYIBHELI ELINGCWELE (ZUL59)
Uyakhonza kini u-Ephafra ongomunye wakini, inceku kaKristu Jesu, enilwela njalo emikhulekweni, ukuze nime niphelele niqinisekile entandweni yonke kaNkulunkulu. Ngokuba ngingufakazi wakhe wokuthi uyanisebenzela kakhulu nina, nabaseLawodikeya, nabaseHiyerapholi.
KwabaseKolose 4:12-13 Contemporary Zulu Bible 2024 (CZB24)
Uyakhonza kini u-Ephafra ongomunye wakini, inceku kaKristu, enilwela njalo emikhulekweni, ukuze nime niphelele niphelele entandweni yonke kaNkulunkulu. Ngokuba ngiyamfakazela ukuthi unentshiseko enkulu ngani, nabaseLawodikeya, nabaseHiyerapholi.
KwabaseKolose 4:12-13 Baasraak Zulu New Testament Bible (ZULUNT)
Uyakhonza kini u-Ephafra ongomunye wakini, inceku kaKristu, enilwela njalo emikhulekweni, ukuze nime niphelele niphelele entandweni yonke kaNkulunkulu. Ngokuba ngiyamfakazela ukuthi unentshiseko enkulu ngani, nabaseLawodikeya, nabaseHiyerapholi.
KwabaseKolose 4:12-13 IsiZulu 2020 (ZUL20)
Uyakhonza kini u-Efratha ongomunye wenu, inceku kaKhristu uJesu, enilwela njalo emithandazweni, ukuze nime niphelele, niqinisekile entandweni yonke kaNkulunkulu. Ngokuba ngiyamfakazela ukuthi uyanisebenzela kakhulu nina, nabaseLawodikheya, nabaseHiyerapholi.