KwabaseKolose 3:13-15
KwabaseKolose 3:13-15 IsiZulu 2020 (ZUL20)
nibekezelelane, nithethelelane, uma umuntu enesikhalo ngomunye, njengokuba neNkosi yanithethelela, nani yenzani kanjalo. Phezu kwakho konke lokho, yembathani uthando oluyisibopho sokuphelela. Ukuthula kukaKhristu makubuse ezinhliziyweni zenu, enabizelwa kukho futhi emzimbeni munye; yibani ngababongayo.
KwabaseKolose 3:13-15 Baasraak Zulu New Testament Bible (ZULUNT)
nibekezelelana, nithethelelane, uma umuntu enensongo komunye; Phezu kwakho konke lokho yembathani uthando, oluyisibopho sokuphelela. Ukuthula kukaNkulunkulu makubuse ezinhliziyweni zenu, enabizelwa kukho futhi emzimbeni munye; futhi nibonge.
KwabaseKolose 3:13-15 IBHAYIBHELI ELINGCWELE (ZUL59)
nibekezelelane, nithethelelane, uma umuntu enensolo komunye; njengokuba neNkosi yanithethelela, yenzani njalo nani. Kepha phezu kwakho konke lokho yembathani uthando oluyisibopho sokuphelela. Ukuthula kukaKristu makubuse ezinhliziyweni zenu, enabizelwa futhi kukho emzimbeni munye; futhi yibani ngababongayo.
KwabaseKolose 3:13-15 Contemporary Zulu Bible 2024 (CZB24)