KwabaseKolose 3:1-3
KwabaseKolose 3:1-3 Baasraak Zulu New Testament Bible (ZULUNT)
Ngakho-ke uma navuswa kanye noKristu, funani okwaphezulu, lapho ehlezi khona uKristu ngakwesokunene sikaNkulunkulu. Nakani okwaphezulu, ningacabangi okusemhlabeni. Ngokuba nafa, nokuphila kwenu kufihliwe noKristu kuNkulunkulu.
KwabaseKolose 3:1-3 IsiZulu 2020 (ZUL20)
Ngakho-ke uma navuswa kanye noKhristu, funani okwaphezulu, lapho ekhona uKhristu, ehleli ngakwesokunene sikaNkulunkulu; nakani okwaphezulu, ninganaki okusemhlabeni. Ngokuba nafa, ukuphila kwenu kufihlwe noKhristu kuNkulunkulu
KwabaseKolose 3:1-3 IBHAYIBHELI ELINGCWELE (ZUL59)
Ngakho uma navuswa kanye noKristu, funani okwaphezulu, lapho ekhona uKristu, ehlezi ngakwesokunene sikaNkulunkulu; nakani okwaphezulu, ninganaki okusemhlabeni. Ngokuba nafa, ukuphila kwenu kufihliwe noKristu kuNkulunkulu
KwabaseKolose 3:1-3 Contemporary Zulu Bible 2024 (CZB24)