2 kuThimothewu 1:6-7
2 kuThimothewu 1:6-7 IsiZulu 2020 (ZUL20)
Ngakho-ke ngiyakukhumbuza ukuba usivuselele njalo isipho somusa sikaNkulunkulu esikuwe owasithola ngokubekwa yimi izandla. Ngokuba uNkulunkulu akasiphanga umoya wobugwala, kodwa owamandla, owothando, nowokuzithiba.
Dlulisela
Funda 2 kuThimothewu 12 kuThimothewu 1:6-7 Baasraak Zulu New Testament Bible (ZULUNT)
Ngalokho ngiyakukhumbuza ukuba uvuse isipho somusa sikaNkulunkulu esikuwe ngokubeka izandla zami. Ngokuba uNkulunkulu akasinikanga umoya wokwesaba; kodwa ngamandla, lothando, lengqondo ephilileyo.
Dlulisela
Funda 2 kuThimothewu 12 kuThimothewu 1:6-7 IBHAYIBHELI ELINGCWELE (ZUL59)
Ngaleso sizathu ngiyakukhumbuza ukuba uvuse isipho somusa sikaNkulunkulu esikhona kuwe ngokubeka izandla zami. Ngokuba uNkulunkulu akasiphanga umoya wobugwala, kepha owamandla, nowothando, nowokuzikhuza.
Dlulisela
Funda 2 kuThimothewu 1