2 kaPetru 3:11-12
2 kaPetru 3:11-12 Baasraak Zulu New Testament Bible (ZULUNT)
Ngakho njengoba zonke lezi zinto zizancibilika, kufanele libe ngabantu abanjani ekuhambeni konke okungcwele lokumesaba uNkulunkulu? nilindele, nijahe ukufika kosuku lukaNkulunkulu, lapho amazulu eyakusha, ancibilike, nezakhi zincibilike ngokushisa okukhulu?
2 kaPetru 3:11-12 IsiZulu 2020 (ZUL20)
Njengokuba konke kuyakubhujiswa kanjalo, nifanele nibe ngabantu abanjani ekuziphatheni ngobungcwele, nangokumesaba uNkulunkulu, nilindele futhi nimagange ngokufika kosuku lukaNkulunkulu okuyakuthi ngalo, amazulu adunqiswe ngomlilo abhubhe, konke kushe kungqongqe, kuncibilike.
2 kaPetru 3:11-12 IBHAYIBHELI ELINGCWELE (ZUL59)
Njengokuba konke kuyakubhidlika kanjalo, kumelwe ukuba nibe ngabantu abanjani ekuhambeni okungcwele nase kumesabeni uNkulunkulu, nibheka nilangazelela ukufika kosuku lukaNkulunkulu ayakubhidlika ngalo amazulu, ashe, konke kushe, kuncibilike, na?
2 kaPetru 3:11-12 Contemporary Zulu Bible 2024 (CZB24)