2 kwabaseKorinte 5:6-8
2 kwabaseKorinte 5:6-8 Baasraak Zulu New Testament Bible (ZULUNT)
Ngakho sihlala sinesibindi, sazi ukuthi, nxa sisekhaya emzimbeni, sikude neNkosi; (Ngoba sihamba ngokukholwa, hatshi ngokubona;) Sinesibindi, ngithi, sithanda kakhulu ukuba kude nomzimba, sibe khona neNkosi.
2 kwabaseKorinte 5:6-8 IsiZulu 2020 (ZUL20)
Ngakho-ke sihlala sinesibindi, sazi ukuthi nxa ikhaya lethu lisesemzimbeni, sehlukene nekhaya eliseNkosini, ngokuba sihamba ngokukholwa, hhayi ngokubona. Simi isibindi, singathanda ukwehlukana nekhaya elisemzimbeni, ukuba sibe sekhaya eliseNkosini.
2 kwabaseKorinte 5:6-8 IBHAYIBHELI ELINGCWELE (ZUL59)
Ngakho simi isibindi ngesikhathi sonke, sazi ukuthi, nxa ikhaya lethu lise semzimbeni, sahlukene nekhaya eliseNkosini; ngokuba sihamba ngokukholwa, asihambi ngokubona; simi isibindi, singathanda kakhulu ukwahlukana nekhaya elisemzimbeni, sihlale ekhaya eliseNkosini.
2 kwabaseKorinte 5:6-8 Contemporary Zulu Bible 2024 (CZB24)