2 kwabaseKorinte 5:17-18
2 kwabaseKorinte 5:17-18 IBHAYIBHELI ELINGCWELE (ZUL59)
Kanjalo uma umuntu ekuKristu, uyisidalwa esisha; okwakuqala kudlulile; bheka, sekuvele okusha. Kepha konke kuvela kuNkulunkulu owenza ukuba sibuyisane naye ngoKristu, wasinika inkonzo yokubuyisana
Dlulisela
Funda 2 kwabaseKorinte 52 kwabaseKorinte 5:17-18 Baasraak Zulu New Testament Bible (ZULUNT)
Ngakho uma umuntu ekuKristu, uyisidalwa esisha; bheka, sekuvele okusha. Zonke izinto zivela kuNkulunkulu, owasenza ukuba sibuyisane naye ngoKristu, wasinika inkonzo yokubuyisana
Dlulisela
Funda 2 kwabaseKorinte 52 kwabaseKorinte 5:17-18 IsiZulu 2020 (ZUL20)
Ngokuba uma umuntu ekuKhristu, uyisidalwa esisha, okwakuqala kudlulile; sekuvele okusha. Konke lokho kuvela kuNkulunkulu owenza ukuba sibuyisane naye ngoKhristu, wasinika inkonzo yokubuyisana
Dlulisela
Funda 2 kwabaseKorinte 5