2 kwabaseKorinte 10:3-5
2 kwabaseKorinte 10:3-5 Baasraak Zulu New Testament Bible (ZULUNT)
Ngoba lanxa sihamba enyameni, kasilwi ngokwenyama; (Ngokuba izikhali zempi yethu azisizo ezenyama, kodwa ngaye uNkulunkulu zinamandla okubhidliza izinqaba;) siwisa imicabango, nakho konke okuphakemeyo oziphakamisayo okuphambene nolwazi lukaNkulunkulu, sithumba yonke imicabango ekumlaleleni uKristu
2 kwabaseKorinte 10:3-5 IsiZulu 2020 (ZUL20)
Nakuba siphila sisenyameni, kasilwi ngokwenyama, ngokuba izikhali esilwa ngazo akusizo ezenyama, kodwa ngoNkulunkulu zinamandla okubhidliza izinqaba, zichithe imidlinzo emibi, nakho konke okujulileyo okuziphakamisayo ukuze kumelane nokumazi uNkulunkulu, kepha sithumba yonke imicabango ukuze ilalele uKhristu.
2 kwabaseKorinte 10:3-5 IBHAYIBHELI ELINGCWELE (ZUL59)
Ngokuba noma sihamba sisenyameni kasilwi ngokwenyama, ngokuba izikhali zethu zokulwa kasizo ezenyama, kodwa ngaye uNkulunkulu zinamandla okubhidliza izinqaba, sichitha izizindlo, nakho konke okudephileyo okuziphakamisela ukuthiyana nokumazi uNkulunkulu, namacebo onke siwathumbela ukumlalela uKristu
2 kwabaseKorinte 10:3-5 Contemporary Zulu Bible 2024 (CZB24)