2 kwabaseKorinte 10:12-13
2 kwabaseKorinte 10:12-13 Baasraak Zulu New Testament Bible (ZULUNT)
Ngoba kasinasibindi sokuzilinganisa kumbe ukuzifanisa labanye abazincomayo; Kepha thina kasiyikuzibonga ngokungaphezu kwesilinganiso, kodwa ngokwesilinganiso sesimiso uNkulunkulu asibekele sona, isilinganiso sokuba sifinyelele nakini.
2 kwabaseKorinte 10:12-13 IsiZulu 2020 (ZUL20)
Ngokuba asithandi neze ukuzilinganisa nokuzifanisa nabathile balabo abazincomayo. Kepha lapho bezilinganisa nabanye phakathi kwabo, bazifanisa nabanye ngendlela engenangqondo. Kepha thina asinakuzibonga ngaphezu kwalokho esifanele ukuzilinganisa ngakho, kodwa kuyakuba ngesilinganiso salokhu uNkulunkulu asimisele khona, ukuze sikwazi ukufinyelela nakini.
2 kwabaseKorinte 10:12-13 IBHAYIBHELI ELINGCWELE (ZUL59)
Ngokuba asinasibindi sokuzilinganisa nokuzifanisa nabathile babo abazincomayo. Kodwa bona, nxa bezilinganisa ngezingqobo zabo, bezifanisa nezingqobo zabo, kaba namqondo. Kepha thina asiyikuzibonga ngaphezu kokulinganisa, kodwa ngesilinganiso sendawo esiyisilinganiso asilinganisele sona uNkulunkulu, ukuze sifinyelele nakini.
2 kwabaseKorinte 10:12-13 Contemporary Zulu Bible 2024 (CZB24)