2 kwabaseKorinte 10:1-5
2 kwabaseKorinte 10:1-5 IsiZulu 2020 (ZUL20)
Mina Pawula uqobo, ngiyanincenga ngobumnene nangobubele bukaKhristu. Mina engithobile uma ngiphambi kwenu, kodwa uma ngingekho phambi kwenu nginesibindi. Ngiyacela manje ukuba uma nginani kungadingeki ukuba ngibonise isibindi ngokubaqonda ngqo labo abathi sihamba ngokwenyama. Nakuba siphila sisenyameni, kasilwi ngokwenyama, ngokuba izikhali esilwa ngazo akusizo ezenyama, kodwa ngoNkulunkulu zinamandla okubhidliza izinqaba, zichithe imidlinzo emibi, nakho konke okujulileyo okuziphakamisayo ukuze kumelane nokumazi uNkulunkulu, kepha sithumba yonke imicabango ukuze ilalele uKhristu.
2 kwabaseKorinte 10:1-5 Baasraak Zulu New Testament Bible (ZULUNT)
Mina-ke Pawulu uqobo ngiyanincenga ngobumnene nangobubele bukaKristu, mina engithobekile nxa ngikhona phakathi kwenu, kepha nxa ngingekho nginesibindi ngani; Kodwa ngiyalincenga ukuthi nxa ngikhona ngingabi lesibindi ngesibindi engicabanga ukuba lesibindi ngakho kwabanye abacabanga ngathi ngokungathi sihamba ngokwenyama. Ngoba lanxa sihamba enyameni, kasilwi ngokwenyama; (Ngokuba izikhali zempi yethu azisizo ezenyama, kodwa ngaye uNkulunkulu zinamandla okubhidliza izinqaba;) siwisa imicabango, nakho konke okuphakemeyo oziphakamisayo okuphambene nolwazi lukaNkulunkulu, sithumba yonke imicabango ekumlaleleni uKristu
2 kwabaseKorinte 10:1-5 IsiZulu 2020 (ZUL20)
Mina Pawula uqobo, ngiyanincenga ngobumnene nangobubele bukaKhristu. Mina engithobile uma ngiphambi kwenu, kodwa uma ngingekho phambi kwenu nginesibindi. Ngiyacela manje ukuba uma nginani kungadingeki ukuba ngibonise isibindi ngokubaqonda ngqo labo abathi sihamba ngokwenyama. Nakuba siphila sisenyameni, kasilwi ngokwenyama, ngokuba izikhali esilwa ngazo akusizo ezenyama, kodwa ngoNkulunkulu zinamandla okubhidliza izinqaba, zichithe imidlinzo emibi, nakho konke okujulileyo okuziphakamisayo ukuze kumelane nokumazi uNkulunkulu, kepha sithumba yonke imicabango ukuze ilalele uKhristu.
2 kwabaseKorinte 10:1-5 IBHAYIBHELI ELINGCWELE (ZUL59)
Kepha mina Pawulu uqobo ngiyanincenga ngobumnene nangokuva kukaKristu, mina engithobile phambi kwenu nxa ngikhona, kepha nginesibindi kini nxa ngingekho, ngiyacela ukuba, nxa ngikhona, kungasweleki ukuba ngibasukele ngesibindi engiqonde ukuba naso kwabanye abasho ngathi ukuthi sihamba ngokwenyama. Ngokuba noma sihamba sisenyameni kasilwi ngokwenyama, ngokuba izikhali zethu zokulwa kasizo ezenyama, kodwa ngaye uNkulunkulu zinamandla okubhidliza izinqaba, sichitha izizindlo, nakho konke okudephileyo okuziphakamisela ukuthiyana nokumazi uNkulunkulu, namacebo onke siwathumbela ukumlalela uKristu
2 kwabaseKorinte 10:1-5 Contemporary Zulu Bible 2024 (CZB24)