1 kuThimothewu 6:6-9
1 kuThimothewu 6:6-9 Baasraak Zulu New Testament Bible (ZULUNT)
Kodwa ukumesaba uNkulunkulu kanye lokwaneliseka kuyinzuzo enkulu. Ngoba kasilethanga lutho emhlabeni, njalo kasilakuphuma lalutho. Futhi sinokudla nezambatho masaneliswe yikho. Kepha abafuna ukuceba bayela ekulingweni, nasogibeni, nasezinkanukweni eziningi zobuwula ezilimazayo, ezishonisa abantu ekubhujisweni nasekubhujisweni.
1 kuThimothewu 6:6-9 IsiZulu 2020 (ZUL20)
Yebo, ukumesaba uNkulunkulu nokwaneliswa kuyinzuzo enkulu, ngokuba asilethanga lutho emhlabeni, kusobala futhi ukuthi asiyukumuka nalutho. Kepha masaneliswe uma sinokudla nokokwembatha. Kodwa labo abathanda ukuceba, bawela esilingweni, ogibeni, nasezinkanukweni zobuwula eziningi ezilimazayo, ezikhalakathisela abantu ekufeni nasekubhujisweni
1 kuThimothewu 6:6-9 IBHAYIBHELI ELINGCWELE (ZUL59)
Yebo, ukumesaba uNkulunkulu kanye nokwaneliswa kuyinzuzo enkulu, ngokuba asilethanga lutho ezweni; kusobala ukuthi singemuke nalutho futhi; kepha uma sinokudla nezambatho, asaneliswe yikho. Kepha abafuna ukuceba bayela ekulingweni, nasesihibeni, nasezinkanukweni eziningi zobuwula ezilimazayo, ezishonisa abantu ekufeni nasekubhujisweni.
1 kuThimothewu 6:6-9 Contemporary Zulu Bible 2024 (CZB24)