1 kuThimothewu 6:1-2
1 kuThimothewu 6:1-2 Baasraak Zulu New Testament Bible (ZULUNT)
Bonke abangaphansi kwejoka mabathi abaninizo bafanele ukutuswa konke, ukuze igama likaNkulunkulu nesifundiso kungahlanjalazwa. Labanenkosi abakholwayo, kababedeleli, ngoba bengabazalwane; kodwa kunalokho bakhonze, ngoba bathembekile nabathandekayo, abahlanganyeli bosizo. Fundisa lezizinto, ukhuthaze.
1 kuThimothewu 6:1-2 IsiZulu 2020 (ZUL20)
Bonke abaphansi kwejoka lobugqila mababazise abanumzane babo njengabafanelwe yinhlonipho yonke, ukuze igama likaNkulunkulu nemfundiso kungahlanjalazwa. Izigqila ezinabanumzane abakholwayo, mazingabedeleli, ngokuba bangabazalwane njengazo, kodwa mazibasebenzele kakhulu, ngokuba bengabakholwayo nabathandekayo, labo abasizakala ngokusebenza kahle kwazo. Fundisa lezi zinto futhi ugqugquzele.
1 kuThimothewu 6:1-2 IBHAYIBHELI ELINGCWELE (ZUL59)
Bonke abayizigqila phansi kwejoka mabathi abanumzane babo bafanele ukutuswa impela, ukuze igama likaNkulunkulu nesifundiso kungahlanjalazwa. Abanabanumzane abakholwayo bangabadeleli, ngokuba bengabazalwane, kodwa kube yikhona bebakhonza kakhulu, ngokuba bengabakholwayo nabathandekayo labo abasizakala ngomsebenzi wabo. Wofundisa lezo zinto, uyale ngazo.
1 kuThimothewu 6:1-2 Contemporary Zulu Bible 2024 (CZB24)