1 kuThimothewu 4:1-5
1 kuThimothewu 4:1-5 Baasraak Zulu New Testament Bible (ZULUNT)
Kepha uMoya usho ngokucacile ukuthi ngezikhathi zokugcina abanye bayakuhlubuka ekukholweni, benaka omoya abadukisayo nezifundiso zamademoni; Ukukhuluma amanga ngokuzenzisa; beshiswe unembeza wabo ngensimbi eshisayo; Benqabela ukuganana, belaya ukuthi bayeke ukudla, uNkulunkulu akudalela ukuthi kwemukelwe ngokubonga yilabo abakholwayo labalaziyo iqiniso. Ngoba sonke isidalwa sikaNkulunkulu sihle, kakulahlwa lutho, uba samukelwe ngokubonga; Ngoba kungcweliswa ngelizwi likaNkulunkulu langomkhuleko.
1 kuThimothewu 4:1-5 IsiZulu 2020 (ZUL20)
Manje uMoya usho ngokucacileyo ukuthi ngezikhathi zokugcina abanye bayakuhlubuka ekukholweni, banake imimoya edukisayo nezimfundiso zamadimoni, ngenxa yobumbulu babaqambimanga, abashiswe uphawu kunembeza wabo. Benqabela ukuganana, bethi akuzilwe ukudla okwadalwa nguNkulunkulu ukuba kwamukelwe, ngokubonga yibo bonke abakholwayo nabalaziyo iqiniso. Ngokuba konke okudalwe nguNkulunkulu kuhle; akukho nakunye okumele kulahlwe, uma kwamukelwa ngokubonga, ngokuba kungcweliswa ngezwi likaNkulunkulu nomkhuleko.
1 kuThimothewu 4:1-5 IBHAYIBHELI ELINGCWELE (ZUL59)
Kepha uMoya usho ngokuchachileyo ukuthi ngezikhathi zokugcina abanye bayakuhlubuka ekukholweni, benaka omoya abadukisayo nezifundiso zamademoni, ngokuzenzisa kwabaqamba amanga abashiswe uphawu kunembeza wabo, benqabela ukuganana, bethi akuzilwe ukudla akudalayo uNkulunkulu ukuba kwamukelwe ngokubonga yibo abakholwayo nabalaziyo iqiniso. Ngokuba konke okudalwe nguNkulunkulu kuhle; akulahlwa lutho, uma kwamukelwa ngokubonga, ngokuba kungcweliswa ngezwi likaNkulunkulu nomkhuleko.
1 kuThimothewu 4:1-5 Contemporary Zulu Bible 2024 (CZB24)