1 uSamuweli 17:38-39
1 uSamuweli 17:38-39 IsiZulu 2020 (ZUL20)
USawule wamgqokisa uDavide izingubo zakhe zempi, wamethwesa isigqoko sethusi ekhanda, wamembathisa nebhantshi lensimbi. Wambhincisa uDavide inkemba yakhe phezu kwezingubo ayemgqokise zona, wazama ukuhamba ngokuba wayengazejwayele. UDavide wathi kuSawule: “Angikwazi ukuhamba nalezi zinto; angikazejwayeli.” UDavide wayesezikhumula.
1 uSamuweli 17:38-39 IBHAYIBHELI ELINGCWELE (ZUL59)
USawule wamembathisa ezakhe izingubo, wamfaka isigqoko sethusi ekhanda, wamgqokisa ibhantshi lensimbi. UDavide wabhinca inkemba yakhe phezu kwezambatho zakhe, wazama ukuhamba, ngokuba wayengakazilingi. UDavide wathi kuSawule: “Anginakuhamba nalezi, angikazilingi.” UDavide wayesezikhumula.
1 uSamuweli 17:38-39 Contemporary Zulu Bible 2024 (CZB24)
USawule wagqokisa uDavide izikhali zakhe, wafaka isigqoko sethusi ekhanda lakhe; wabuye wahloma ngesikhali. UDavide wabhinca inkemba yakhe empahleni yakhe, wazama ukuhamba; ngoba akazange akufakazele. UDavide wayesethi kuSawule: “Anginakuhamba nawo; ngoba kangibalinganga. UDavide wawasusa kuye.