1 uSamuweli 16:7-8
1 uSamuweli 16:7-8 IsiZulu 2020 (ZUL20)
Kepha uSimakade wathi kuSamuweli: “Ungabheki isigubo sakhe nobude bakhe, ngokuba ngimalile, lokhu uSimakade engabuki njengomuntu; umuntu ubheka okusemehlweni, kodwa uSimakade ubheka okusenhliziyweni.” UJese wayesebiza u-Abhinadaba, wamdlulisa phambi kukaSamuweli. Wathi: “Nalo uSimakade akamkhethanga.”
1 uSamuweli 16:7-8 IBHAYIBHELI ELINGCWELE (ZUL59)
Kepha uJehova wathi kuSamuweli: “Ungabheki isimo sakhe nobude bomzimba wakhe, ngokuba ngimalile, lokhu uJehova engabukisi okomuntu; umuntu ubheka okusemehlweni, kepha uJehova ubheka okusenhliziyweni.” UJese wayesebiza u-Abinadaba, wamdlulisa phambi kukaSamuweli. Wathi: “Nalona uJehova akamkhethanga.”
1 uSamuweli 16:7-8 Contemporary Zulu Bible 2024 (CZB24)
Kodwa uJehova wathi kuSamuweli: “Ungabheki ubuso bakhe nobude bomzimba wakhe; ngoba ngimalile; ngoba uJehova akaboni njengoba umuntu ebona; ngokuba umuntu ubheka okusemehlweni, kepha uJehova ubheka okusenhliziyweni. UJese wabiza u-Abinadaba wamdlulisa phambi kukaSamuweli. Wathi: “Nalokhu uJehova akakukhethanga.”