1 AmaKhosi 8:44-45
1 AmaKhosi 8:44-45 IBHAYIBHELI ELINGCWELE (ZUL59)
“Uma abantu bakho bephuma impi ukulwa nesitha sabo ngendlela obathuma ngayo, bese bekhuleka kuJehova bebhekene nalo muzi owukhethileyo nale ndlu engiyakhele igama lakho, mawuzwe wena ezulwini umkhuleko wabo nokunxusa kwabo, ubavume.
Dlulisela
Funda 1 AmaKhosi 81 AmaKhosi 8:44-45 IsiZulu 2020 (ZUL20)
“Uma abantu bakho bephuma impi, beyolwa nesitha sabo ngendlela obathuma ngayo, bese bekhuleka kuSimakade, bebheke kulo muzi owukhethileyo nakule ndlu engiyakhele igama lakho, mawuzwe Wena usezulwini umkhuleko wabo nokunxusa kwabo, ubenzele ubulungiswa.
Dlulisela
Funda 1 AmaKhosi 81 AmaKhosi 8:44-45 Contemporary Zulu Bible 2024 (CZB24)
Uma abantu bakho bephuma ukulwa nesitha sabo, nomaphi lapho ubathuma, bakhuleke kuJehova bebheke emzini owukhethileyo, nasendlini engiyakhele igama lakho; Yizwa-ke ezulwini umkhuleko wabo nokunxusa kwabo, ubamela icala labo.
Dlulisela
Funda 1 AmaKhosi 8