1 kaJohane 3:23-24
1 kaJohane 3:23-24 Baasraak Zulu New Testament Bible (ZULUNT)
Futhi yilo umyalo wakhe, ukuba sikholwe egameni leNdodana yakhe uJesu Kristu, sithandane, njengalokho wasilaya. Ogcina imiyalo yakhe uhlala kuye, naye kuye. Ngalokho siyazi ukuthi uhlala kithi ngoMoya asinike wona.
Dlulisela
Funda 1 kaJohane 31 kaJohane 3:23-24 IsiZulu 2020 (ZUL20)
Yilo umyalo wakhe, ukuba sikholwe egameni leNdodana yakhe uJesu Khristu, sithandane, njengokuba asinika umyalo. Ogcina imiyalo yakhe uhlala kuye, naye uqobo uhlala kuye. Ngalokho siyazi ukuthi uhlala kithi ngaye uMoya oNgcwele asinike Yena.
Dlulisela
Funda 1 kaJohane 31 kaJohane 3:23-24 IBHAYIBHELI ELINGCWELE (ZUL59)
Yilo umyalo wakhe ukuba sikholwe egameni leNdodana yakhe uJesu Kristu, sithandane, njengokuba asinika umyalo. Ogcina imiyalo yakhe uhlala kuye, naye uqobo uhlala kuye; siyazi ngalokho ukuthi uhlala kithi ngaye uMoya asinike yena.
Dlulisela
Funda 1 kaJohane 3