1 kaJohane 3:17-18
1 kaJohane 3:17-18 Baasraak Zulu New Testament Bible (ZULUNT)
Kepha onezinto zaleli zwe, bese ebona umzalwane wakhe eswele, amvalele ububele bakhe kuye, uthando lukaNkulunkulu luhlala kanjani kuye na? Bantwanyana bami, masingathandi ngezwi noma ngolimi; kodwa ngesenzo langeqiniso.
1 kaJohane 3:17-18 IsiZulu 2020 (ZUL20)
Kepha uma umuntu enengcebo yezwe, bese ebona umzalwane wakhe eswele, angamenzeli sihawu, uthando lukaNkulunkulu lungahlala kanjani kuye na? Bantwanyana, masingathandi ngezwi nangokukhuluma nje, kodwa makubonakale ngezenzo nangeqiniso.
1 kaJohane 3:17-18 IBHAYIBHELI ELINGCWELE (ZUL59)
Kepha yena onemfuyo yezwe, ebona umzalwane wakhe eswele, amvalele isihawu sakhe, uthando lukaNkulunkulu lungahlala kanjani kuye na? Bantwanyana, masingathandi ngezwi nangolimi, kodwa ngezenzo nangeqiniso.
1 kaJohane 3:17-18 Contemporary Zulu Bible 2024 (CZB24)