1 kaJohane 3:10-11
1 kaJohane 3:10-11 Baasraak Zulu New Testament Bible (ZULUNT)
Ngalokhu babonakaliswa abantwana bakaNkulunkulu nabantwana bakaSathane: yilowo nalowo ongenzi ukulunga akasiye okaNkulunkulu, nalowo ongamthandi umzalwane wakhe. Ngoba yilo umlayezo enawuzwa kusukela ekuqaleni, ukuthi sithandane.
1 kaJohane 3:10-11 IsiZulu 2020 (ZUL20)
Ngalokho-ke bayabonakala abangabantwana bakaNkulunkulu nabangabantwana bakasathane; lowo ongakwenzi ukulunga akasiye okaNkulunkulu, nalowo ongamthandi umzalwane wakhe. Yilo umyalo enawuzwayo kwasekuqaleni wokuthi sithandane
1 kaJohane 3:10-11 IBHAYIBHELI ELINGCWELE (ZUL59)
Ngalokho kubonakala abantwana bakaNkulunkulu nabantwana bakaSathane; lowo ongenzi ukulunga akasiye okaNkulunkulu, naye ongamthandi umzalwane wakhe. Nanti izwi enalizwayo kwasekuqaleni lokuba sithandane
1 kaJohane 3:10-11 Contemporary Zulu Bible 2024 (CZB24)