1 kwabaseKorinte 9:16-17
1 kwabaseKorinte 9:16-17 Baasraak Zulu New Testament Bible (ZULUNT)
Ngokuba noma ngishumayela ivangeli, anginakuzibonga, ngokuba kube yimpoqo phezu kwami; yebo, maye kimi uma ngingalishumayeli ivangeli! Ngokuba uma ngikwenza lokho ngokuzithandela, nginomvuzo
1 kwabaseKorinte 9:16-17 IsiZulu 2020 (ZUL20)
Ngokuba uma ngishumayela ivangeli, lokho akuyona into engingazikhukhumeza ngayo, ngokuba ngimele ukuba ngenze kanjalo. Maye, kimina uma ngingalishumayeli ivangeli! Ngokuba uma ngikwenza lokho ngokuthanda kwami, nginomvuzo, kodwa uma kungesikho ukuthanda kwami, khona kungumsebenzi engiwuphathisiweyo.
1 kwabaseKorinte 9:16-17 IBHAYIBHELI ELINGCWELE (ZUL59)
Ngokuba noma ngishumayela ivangeli, anginaludumo ngalokho, ngokuba ngimelwe ukwenze njalo; ngokuba maye kimina uma ngingalishumayeli ivangeli! Ngokuba uma ngikwenza lokho ngokuzithandela kwami, nginomvuzo; kepha uma kungengakho ukuzithandela kwami, khona-ke kungumsebenzi engiwuphathisiweyo.