1 kwabaseKorinte 6:6-7
1 kwabaseKorinte 6:6-7 IBHAYIBHELI ELINGCWELE (ZUL59)
Kodwa umzalwane umangalela umzalwane, nalokhu akwenze phambi kwabangakholwayo na? Nempela nakalokhu sekuyisici esikini ukuba nimangalelane. Yini ukuba ningavumi nakanye ukoniwa? Yini ukuba ningavumi nakanye ukuphangwa na?
1 kwabaseKorinte 6:6-7 Baasraak Zulu New Testament Bible (ZULUNT)
Kepha umzalwane umangalela umzalwane, nalokhu phambi kwabangakholwayo. Ngakho-ke kukhona icala impela phakathi kwenu, ngokuba nimangalelana. Kunalokho kungani niphatha kabi na? Kunalokho kungani ningavumi ukuphanjwa na?
1 kwabaseKorinte 6:6-7 IsiZulu 2020 (ZUL20)
Kanti umzalwane uyammangalela yini omunye, futhi akwenze lokho phambi kwabangakholwayo na? Empeleni kwakhona nje ukuthi niyamangalelana kukhombisa ukuthi niyizehluleki. Kungebe ngcono ngani ukuba kwenziwe okubi kini na? Kungebe ngcono ngani ukuba nani niqolwe na?
1 kwabaseKorinte 6:6-7 Contemporary Zulu Bible 2024 (CZB24)