1 kwabaseKorinte 15:21-23
1 kwabaseKorinte 15:21-23 Baasraak Zulu New Testament Bible (ZULUNT)
Ngoba njengoba ukufa kweza ngomuntu, langomuntu ukuvuka kwabafileyo kweza. Ngokuba njengalokhu ku-Adamu bonke bayafa, ngokunjalo kuKristu bonke bayakuphiliswa. Kodwa ngulowo lalowo esigabeni sakhe: UKristu ulibo; ngasemuva abangabakaKristu ekufikeni kwakhe.
1 kwabaseKorinte 15:21-23 IsiZulu 2020 (ZUL20)
Ngokuba lokhu, ukufa kweza ngomuntu, nokuvuka kwabafileyo nakho kweza ngomuntu. Njengalokhu ku-Adamu bonke bayafa, kanjalo-ke nakuKhristu bonke bayaphiliswa. Kepha yilowo nalowo ngokwesigaba sakhe: uKhristu kuqala, bese kuba ngabakaKhristu ekubuyeni kwakhe
1 kwabaseKorinte 15:21-23 IBHAYIBHELI ELINGCWELE (ZUL59)
Ngokuba lokhu ukufa kweza ngomuntu, ukuvuka kwabafileyo nakho kweza ngomuntu. Ngokuba njengalokhu ku-Adamu bonke bayafa, ngokunjalo futhi kuKristu bonke bayakuphiliswa. Kepha yilowo nalowo ngesigaba sakhe: uKristu kuqala, bese kuba ngabangabakaKristu ekufikeni kwakhe
1 kwabaseKorinte 15:21-23 Contemporary Zulu Bible 2024 (CZB24)