1 kwabaseKorinte 10:31-33
1 kwabaseKorinte 10:31-33 IBHAYIBHELI ELINGCWELE (ZUL59)
Ngakho-ke noma nidla, noma niphuza, noma nenzani, konke kwenzeleni udumo lukaNkulunkulu. Ningakhubekisi nabaJuda, namaGreki, nabandla likaNkulunkulu, njengokuba nami ngithokozisa bonke ngakho konke, ngingafuni okungisiza mina kodwa okusiza abaningi, ukuze basindiswe.
1 kwabaseKorinte 10:31-33 Baasraak Zulu New Testament Bible (ZULUNT)
Ngakho-ke noma nidla, noma niphuza, noma nenzani, konke kwenzeleni udumo lukaNkulunkulu. Ningabakhubekisi amaJuda, nabezizwe, nakulo ibandla likaNkulunkulu; njengalokhu nami ngithokozisa bonke ezintweni zonke, ngingafuni inzuzo yami, kodwa eyabaningi, ukuze basindiswe.
1 kwabaseKorinte 10:31-33 IsiZulu 2020 (ZUL20)
Ngakho-ke noma niyadla, noma niyaphuza, noma nenzani nje, konke kwenzeleni udumo lukaNkulunkulu. Ningabi yisikhubekiso kubaJuda, kumaGriki, noma kulo ibandla likaNkulunkulu, njengalokhu nami ngithokozisa bonke ngakho konke, ngingafuni okuzosiza mina kuphela, kodwa okusiza abaningi, ukuze basindiswe.
1 kwabaseKorinte 10:31-33 Contemporary Zulu Bible 2024 (CZB24)