Amahubo 9:7-10

Amahubo 9:7-10 CZB24

Kepha uJehova uyakuma kuze kube phakade; umisile isihlalo sakhe sobukhosi ukwahlulela. Uyakwahlulela izwe ngokulunga, ahlulele abantu ngokulunga. UJehova uyakuba yisiphephelo kocindezelweyo, isiphephelo ngezikhathi zokuhlupheka. Abalaziyo igama lakho bayakwethemba wena, ngokuba wena Jehova awubashiyanga abakufunayo.

Funda Amahubo 9

Uhlelo Lwamahhala Lokufunda nokuthandaza okuhlobene ne Amahubo 9:7-10