Amahubo 32:3-5

Amahubo 32:3-5 CZB24

Lapho ngithule, amathambo ami aguga ngenxa yokubhonga kwami usuku lonke. Ngokuba imini nobusuku isandla sakho sasinzima phezu kwami; umswakama wami waphenduka ukoma kwasehlobo. Sela. Ngasivuma isono sami kuwe, kangibufihlanga ububi bami. Ngathi: Ngifuna ukuzivuma iziphambeko zami kuJehova; futhi wathethelela ububi besono sami. Sela.

Uhlelo Lwamahhala Lokufunda nokuthandaza okuhlobene ne Amahubo 32:3-5