Izaga zikaSolomoni 6:10-11

Izaga zikaSolomoni 6:10-11 CZB24

Ubuthongo obuncane, ukozela kancane, ukusonga izandla kancane ukuze ulale. Ngakho ubumpofu bakho buyofika njengomhambi, nokuswela kwakho njengomuntu ohlomile.