Mathewu 24:42-44

Mathewu 24:42-44 CZB24

Ngakho lindani, ngokuba anazi ukuthi iNkosi yenu iyakufika ngasiphi isikhathi. Kodwa yazini lokhu, ukuthi uba umninindlu ebesazi ukuthi isela lizafika ngawuphi umlindo, ubezalinda, njalo ubengayikuvuma ukuthi indlu yakhe igqekezwe. Ngakho-ke nani hlalani nilungile, ngokuba iNdodana yomuntu iza ngehora eningalicabangi.

Video for Mathewu 24:42-44

Uhlelo Lwamahhala Lokufunda nokuthandaza okuhlobene ne Mathewu 24:42-44