Mathewu 12:36-37

Mathewu 12:36-37 CZB24

Kepha ngithi kini: Amazwi onke ayize abawakhulumayo abantu bayakuzilanda ngawo ngosuku lokwahlulelwa. Ngokuba ngamazwi akho uyakuthiwa ulungile, nangamazwi akho uyakulahlwa.