Eseshilo lokho wandulela, wenyukela eJerusalema. Kwasekusithi esesondele eBetfage leBethaniya entabeni ethiwa yiNtaba Yemihlwathi, wathuma ababili kubafundi bakhe. Esithi: Hambani liye emzaneni okhangelene lani; ekungeneni kwenu nizafica ithole lembongolo likhulekiwe, okungake kuhlale muntu kulo; Uma umuntu enibuza ethi: ‘Nilithukululelani na? nizakusho kuye ukuthi: ‘INkosi iyalidinga.’ Basuka ababethunyiwe, bafumana kunjengokusho kwakhe kubo. Kuthe besalithukulula ithole, abaninilo bathi kubo: Nilithukululelani ithole? Bathi: “INkosi iyalidinga. Baliyisa kuJesu, babeka izingubo zabo phezu kwethole, bamkhwelisa uJesu. Esahamba, bendlala izingubo zabo endleleni. Esesondele ekwehleni kweNtaba Yeminqumo, isixuku sonke sabafundi saqala ukuthokoza nokudumisa uNkulunkulu ngezwi elikhulu ngayo yonke imisebenzi yamandla ababeyibonile; besithi: Kayibusiswe iNkosi ezayo ebizweni leNkosi: ukuthula ezulwini, lenkazimulo kweliphezulu. Abanye kubaFarisi exukwini bathi kuye: Mfundisi, khuza abafundi bakho. Wasephendula wathi kubo: Ngithi kini: Uba bengathula laba, amatshe azakhala masinyane. Esesondele wawubona umuzi, wawukhalela; esithi: Aluba ubusazi lawe ngalolusuku lwakho, izinto zokuthula kwakho! kepha manje zifihliwe emehlweni akho. Ngokuba izinsuku ziyakufikela, lapho izitha zakho ziyokubiyela ngomsele, zikuhaqe, zikuvimbezele nxazonke; Ziyakuwisa phansi wena nabantwana bakho phakathi kwakho; kabayikutshiya ilitshe phezu kwelinye; ngoba ubungasazi isikhathi sokuhanjelwa kwakho. Wangena ethempelini, waqala ukuxosha ababethengisa kulo nabathengayo; wathi kubo: Kulotshiwe ukuthi: Indlu yami yindlu yokukhuleka; Wayefundisa ethempelini imihla ngemihla. Kepha abapristi abakhulu nababhali nezikhulu zabantu bafuna ukumbulala; Kodwa babengatholi abangakwenza, ngoba ixuku lonke lalilalela ukumuzwa.
Funda Luka 19
Dlulisela
Qhathanisa zonke izinguqulo: Luka 19:28-48
Gcina amavesi, funda kungaxhunyiwe ku-inthanethi, buka iziqeshana zokufundisa, nokuningi!
Ikhaya
IBhayibheli
Amapulani
Amavidiyo