Johane 9:35-41

Johane 9:35-41 CZB24

UJesu wezwa ukuthi bamkhiphele ngaphandle; kwathi esemtholile wathi kuye: Wena uyakholwa yini eNdodaneni kaNkulunkulu? Yena waphendula wathi: Ungubani, Nkosi, ukuze ngikholwe kuye? UJesu wathi kuye: “Usuyibonile, nguye okhuluma nawe. Wathi: Ngiyakholwa, Nkosi. Wakhuleka kuye. UJesu wasesithi: Mina ngizele ukwahlulela kulumhlaba, ukuze abangaboniyo babone; nokuthi ababonayo babe yizimpumputhe. Abanye kubaFarisi ababe naye bezwa lokho, bathi kuye: “Kanti nathi siyizimpumputhe na? UJesu wathi kubo: “Uma beniyizimpumputhe, ngabe aninasono; ngakho isono senu sihlezi.

Funda Johane 9

Video for Johane 9:35-41

Uhlelo Lwamahhala Lokufunda nokuthandaza okuhlobene ne Johane 9:35-41